Abakwa Shezi ama Chube badabuka eNkandla, nazi izibongo zabo:
- Shezi
- Dlaba
- Shukula
- Mnoniya
- Dludle
- Mncube
- Mlotshwa ka Lumbazo ka Zokufa
- Sigananda ophum’ eNkandla !
Ama-Qamu kwa Majozi kuthiwa bahlobene nabakwa Shezi.
Ubude abuphangwa
Ubude abuphangwa lokhu kusho ukuth uma uyingane ungajaheli izinto zabantu abadala. Linda nawe iskhath sakho soze sifike...siyafana nalesi esith ungaphangi Read more
Leave a Reply