Izithakazelo zakwaZamisa Clan Names Umlando By admin On Izibongo zakwa Zamisa π Izithakazelo zakwaZamisa Sawoni, Goba, Ninela, Ndlole, Ndlangosela, Nyathi, Mkhambu, Mbhudu, Msalela, Bhabhel’khwelayo marwitzmeaningmoshupjesondiyasunarainsundsundanethembeyitommeitrikamtroyetudinvokotawaylettweidenbruckwouterson Previous Umjokwane kandaba Next Izibongo zakwaZililo 2 Comments Add Comment → Sifiso Sawoni Ngyabonga ukuthi kanti nathi sikhona lapha. Bengisacela ningisingomlando wabantu bakwa Zamisa. Sengifune ngadela angikutholi ndawo. Reply Jabulani Mthembu Impela nami kade ngangiwuthungatha. Mina ngizalwa kwaZamisa. Ngithola nje kuphela kubalwa uGoba, uSawoni, noNinela. Kodwa futhi khona lapho sengike ngafunda la ukuthi abakwaNinela bayamphika uZamisa. Khona lapho, ngibuye ngizwe sengathi kubalwa noNgwane noMwelase. Kuphinde kubekhona oZamisa abangoKhomo, abadabuka kwaSibiya. Mhlawumbe ake sifunisane konke lokhu. Sifune nomlando. Reply Leave a Reply Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Website Save my name, email, and website in this browser for the next time I comment. Type in the text displayed above
Sifiso Sawoni
Ngyabonga ukuthi kanti nathi sikhona lapha. Bengisacela ningisingomlando wabantu bakwa Zamisa. Sengifune ngadela angikutholi ndawo.
Jabulani Mthembu
Impela nami kade ngangiwuthungatha. Mina ngizalwa kwaZamisa. Ngithola nje kuphela kubalwa uGoba, uSawoni, noNinela.
Kodwa futhi khona lapho sengike ngafunda la ukuthi abakwaNinela bayamphika uZamisa.
Khona lapho, ngibuye ngizwe sengathi kubalwa noNgwane noMwelase.
Kuphinde kubekhona oZamisa abangoKhomo, abadabuka kwaSibiya.
Mhlawumbe ake sifunisane konke lokhu.
Sifune nomlando.