Iziduko zakwa Mpila 😍 Mpila Clan Praises:

Mpila
Nolandu
Nochachela
Nzipho zimnyama nguqhwayane
Mpundwana zincinane kukondlwa ngabafazi
Hlubi elihle ingelengele
Umabhala ngezipho abanye bebhala ngomsizi

Gwamanda
Gwamanda

Izithakazelo zakwa-Gwamanda Yenga, Sochumase!

Myeni Clan Names
Myeni Clan Names

Clan Names: MyeniMdolombaMzukase,Mnguni wasenhlaWena waseNingizimuMabasendleleni zombili, enye ngeyokuya , enye ngeyokubuyaGwebeshomnyama ,ophuza amanzi okuhlalelwaWena owabalekela Read more