Khathini
Sama (amasama amahle amhlophe)
Ngongonono
Sojoba ,Lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane zona eziphapha phezulu
Omancisha kancane ngokweswela izinkomo
Nina enaphekwa netshe kwavuthwa itshe nina nasala nigongobele
Amakhanya ngamazinyo
MBANJWA !!