Izithakazelo zakwa-Kunene

Madonsela,
Mtimande,
Lubambo lunye,
zingaba mbil’ufuz’ekhabonina,
Masango makhulu nawabantu nawezinkomo,
Nina bakwa Malambule,
Okwathi uMalambule ebanga noMswazi nathi, “Malambule phambili”!

Previous

Izithakazelo zakwa Kweyama Clan Names

Next

Izithakazelo zakwa Jama Clan Names