Izithakazelo zakwa Magubane
- Nkomose,
- Dibanto, Jiyane,
- Thole, Sothole,
- Snquma, Didiza,
- Mzilankatha Ndlandla,
- Nhlun’emhlophe egezwa ngobisi
- Ithi ingaba bomvu kube eyomlandakazi,
- Malinga owalinga amatshe aba zintaba,
- Msenganduna namathokazi!
Izithakazelo zakwa Magubane
β 2025
Ntombifuthi Gloria Magubane
Ngicela izithakazelo zakaThulare please
Ntombifuthi Gloria Magubane
Angazi abakwaMagubane akaze ngizwe ukuthi Osorhole ngazi uThole maybe I don’t know much about my clan
Nhlanhla Magubane
Impela thina singo Thole hhayi osothole.
Celumusa Magubane
Yebo iqiniso babhala nje into engekho