Izithakazelo zakwa Makhaya Clan Names

Makhaya,u-shombela,u-mdeke,U-nyawonkulu,mangcingcingci,umthonjana kawushi,magemagema wendoda,mathabethela izimbiza zikandaba,u-ndada kathabisa,masindwa yizitho,izulu eladuma enkundleni lathatha umungwa lathathu umtholwa,Nina eningashaywa izulu,Zulu wamadeke,Nina bakwa phaca phezu kotho,zinkungwana ezithe ncwalala phezu kwentonga,kwadlula othwele kwadlula ongathwele,mavungula ngomkhonto uma abafokazane bevungula ngothi

More about Makhaya

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment