Izithakazelo Zakwa Mcineka Clans & Umlando

Izithakazelo Zakwa Mcineka zithi:

Mcineka,
Nkomo,
Gwazela,
Mncinci,
Somtshiyosi,
Ntulikabongwa obongayo,
Gwazela ngokugwazela amanye amadoda owathi ukhomba inxeba,
Wakhomba isidiya sempunzi kamfazi akashawa ngenduku ngoba induku iyabozisa,
kepha umfazi ushawa ngomucu,
Nkomo enkulu !!


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment