Izithakazelo zakwa Mndaweni Clan Names

Mndaweni, nyamazan’enkulu

ehlal’emhlangeni ekhanyisa ngeso umlilo ukhona,

mphankomo unebele,

hlalele

nina bakwa nonkande

nina bakwamlawuzana

nin’abakwazadukuduku,

insizwa eyalala yangang’omfula

yavuka yangangezintaba

mathamb’entamo kambombo!

More about Mndaweni

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment