Ngoma!
Miya.
Gcwanini.
Mpuqa.
Ngom’emnandi ka Vezi.
Wena kaNomaziyane owavunula u Mthimunye.
Wena ka Rhadebe,umashwabada owashwabadela inkomo nempondo zayo.
Cengelihle elintamonde,Ntamonde ingaba mfisha yeza nonina.Nina Kwa Ngoma into ezicula zingayeki!
Vala!
Leave a Reply