Ngxongo s’shange, mzila kathumbela, ntshiza mashwil’insimbi ngomlenze magaduzela nokubonel’embunzini
Mvithizi wamagwala empini asizwani enhla nasezanzi ngoba umuzi mkhulu oNdaba zifihliwe, sfuba eshlonishwa ihhashi mtomuhle ngokumamatheka hlalani nisondelane ngoba baseza nezinkinga