Nikwe Clan Names :

Nikwe,
Mabhula,
Mbenya ezikakayo njengeshongwe,
Mfazonebelelide owancelis’ingane
Ingale komfula,
Zibay’ezinkulu,
Mabuthis’umlungu,
Mzaba,
Mpongo encane eyahlula
Ngokubhebha,
Bhodlelencengwane,
Mfene kwezinyizmfene
Eyakhala yathi hhoo,
Nonduku,
Mvundla kaVubela.