Nsimbi Clan Praises
- Nsimbi !
- Mnamatha
- Mbini
- Mahlobo !
- Zulu kaNtombela
- Cubhe
- Mpangazitha
- Shakβalashayeki kaSenzangakhona
- Magazi
- Vela banyakame omagwazinja ngozipho malandela
- Ndabezitha!
Nsimbi Clan Praises
Powered by WordPress & Theme by Anders Norén
Mhlonishwa kaLiki, kaNgolovane kaBhibhidla kaMqeleba kaMzimkhulu
Bantabami UMzimkhulu, uMnamatha, uNgcwengana bazalwa uVikinduku. Bafika eMakhuzeni ngeminyaka yawo 1840 besuka KwaMphumela ngaseGreytown behamba neNkosi yaKwaDlamini , yaMakhuze. uMnamatha wazala indodana yakhe egama layo linguHlakanyana nabanye ke engingenawo umlandowabo. UHlakanyana wawela umfula UMzimkhulu . Inzalo yakhe igcwele EMmisantonga, eNtabankulu kuze kuyofika eLambasi , eLusikisiki. Uma sekuphele iCovid-19 sizoba nawo umhlangano wesibongo sakwaNsimbi Emzalwaneni eNtabankulu. Siyonazisa ukuze nifike ngobuningi benu , nizizwele ukwehlukana kwezithakazelo .
Sthembiso
Nsimbi owakephi wena
Khanyi Ntombela
Molweni ekhaya mina ngazi lezi ezithi:
Nsimbi
Ntombela
Mnamatha
Cubhe
Magazi
Singabanemiswane
Were Tom, Mbini and Sonakali on the same line?
Jabulane Nsimbi
Hey guys,
thina sithi Nsimbi, Dlokazi, Nyanda, Chachile ndolβedla makhosi,
Usigcwele khakhulu endaweni ekuthiwa kuseMakhuzeni eBulwer enhlanoMzimkhulu koCentocow. Asibazi laba bakwaMnamatha kodwa kungabakuhle umasingahlangana nabo sibhekisise ukuthi yini isibongo sifana kodwa izithakazelo zehlukile na.
Sthembiso
MaNsimbi ngicela ningene kwiQoqo elithi Nsimbi family kuFacebook ukuze sabelane kahle ngomlando..nina Bakwa Mzimkhimkhu ..
Mina ngoka Nonkenyana kaThekwane kaHlakanyane kaMnamatha..
Sibonga
Akungeniki kimi