Shoba Surname
Mjakada, (Abanye bathi Jakada)
Mbamba, Ndlovu,
Nowanqa,
Makati okupheka,
Magwababa whuu,
Mpikela,
Nontshonondo,
Mngcibe,
Mbanzeni,
Nina benzalo ka Khotha,
Nina benzalo kaSend,
Nina bakwa Mgwaqo ongahambi isif*be,
Nina bakwa Zeneke Mtanami khona siyodla imigezo !!
🔍 Search here 🔍+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos
Leave a Reply