Nazi ithakazelo zakwa Zaca engizaziyo
- Jaca/Zaca/Nzaca
- Msenti
- Mkhethaphela
- Malimela owalimala amadoda angenankomo ngenkomo ezimbili
- Solwa
- Sizobulawayo
- Songela
- Mvimbi
- Chumane
- Nkanyezi Zezulu
- Nomafu
- Vumisa
- Bhudu kandaba
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
omcenti?
Wachazakahle Msenti
Ngiwumtwanaa wakwaZaca ngicela ungisize ungbhalele zonke izithakazelo zabo of Msenti
Bandile mina ndicela u Ziningi Zaca ose Bizana
Shukuth oJaca abefani. Jaca, msenti, mkhethaphela, malimela, zondwayo, thole lkavika, malengashintshwa eshintshweMzimkhulu kpha
Akunjalo. Ngokwehlukana ngokwezindawo kukhona okwakufakwa ngenxa yamakhehla akwindawo ngendawo. Okutshengisa ukuhlangana okokuqala ngqa “Msenti”