Izithakazelo zakwaBasi Clan Names & History

HLOZINI,

Nina enavela ehlozini abanye bevela konina,

Hloz’liyaababa.

MAVEZA,

Kumekeyane

KaZingamthole,

Ugubhu othetha ezintabeni,

UShwam Shwam ngemihla.

KHABANGCULWANA,

Ikhaba elide kunamanye amakhaba,

Ikhaba elimhlophe elithe qwa,

Mathangabomvu,

Sigqoko somntwana esimhlophe esithe qwa,

Mkhabakhaba,

Mnyakanyaka.

MAZILA,

Lumagaga,

INtuthawne

Ziyizwa ukunuka!!!

Ibinda !!!

Zibhalwe ngu-Bhekisisa P. Basi (BX Basi)

Admin notes: lezithakazelo zithunyelwe kithi ngu-Bhekisisa P. Basi. Ube esecela ukuba simufakele zona khona nabanye bezozazi futhi basizakale.

More about Basi

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

Leave a Comment