Izithakazelo zakwaKhulu Clan Praises

Khulu
Mntungwa
Mbulazi omnyama
Nina bakaBheje eseNgome
Donda
Nina anadla umuntu nimyenga ngendaba ethi wawuyaphi konkosamlomo lapho izilo zakhona zidla zibheke phezulu

Nina bakaManqamane linye angamabili weza nalo khabonina

Nina bakaNjolonjolo ngoku gqolozela ilanga abanye bengaligqozeli

Nina enadla ezimfe ezimbili ikhambi laphuma lilinye

Lobengula kaMzilikazi, Mzilikazi kaMashobane Mntungwa Ngome Khulu kaBayeni

Nina bakaMaqhude ayeqana Ndaba !!


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

2 thoughts on “Izithakazelo zakwaKhulu Clan Praises”

  1. Ngibingelele bengicela ukuthola wenzenjani mawudinga ukushitsha okuthile ezithakazelweni zakwaKhulu

    Reply
    • mhlonishwa ungabhala khona lapho kuma-khomenti, ngizobe sengiyazishintsha ngendlela ofisa ngayo.

      Reply

Leave a Comment