Izithakazelo zakwaMashazi

Mashazi,
Thabani,
Zwelibanzi kaNyandeni,
Mkuze, Njokweni, Mazalankozi,
SoJama Omuhle, wena  ophuz’ ukwenaba,
Ongabe elambe okunjani uze udle iyambazi labafokazana,
Bhungane, angathi tsheke uMashazi usehambile.


More information is available on our YouTube channel