Mfekayi
Ndaba, Mzingeli, wena owakhohlwa ihawu emsamu, lwandle kaluwelwa luwelwa zinkonjane ngoba zindizela phezulu, mncwango, khaki, funjwa kaNdaba, somgubela, nhlabathi esikayo esika abantu izandla nezinyawo.

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos