meaning of names 💛 clan names 💯 history

izithakazelo

Izithakazelo zakwaMlambo Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMlambo

Mdineka,
Sishange, Maphisa,
Gubhuza, Ndlanzi,
Mlambo omkhulu ongawelwa ‘muntu,
Chibi!

Previous

Izithakazelo zakwaMlangeni Clan Names Umlando

Next

Izithakazelo zakwaMlaba Clan Names Umlando

3 Comments

  1. Can u pls explain mlambo praises in English.Gubhuza,Mdineka.Ndlanzi,Maphisa o wa phisa e langa…………etc

  2. Patricia Mlambo

    Mlambo, I m not satisfied by our praises name.mysesllf I know oMlambo awuwelwa uwelwa zinkolokonjani kubazibhabhaphezulu.Cutama,Bhambolunye,Nzatuka,Mpetholwako,Qonga,Matalankosi,owatalubekwa,Mpuzane Madolo,Mnjeya.

    • Maphisa Mlambo

      The clan names I know,
      Ntshaphe, Mdineka ngokudina amakhosi akwaZulu, SiShange SikaMabhedla, wena owabhedla amatshitshi aqoma, goqogoqo Mlambo nezinkabi, wena wenakazi emnyama yakithi kwaNobamba, Mabhedla uyafelwa unjengo mlandazane, wabasukume wangangezintaba wabalale wangangemifula, wena wenakazi emnyama, egqize ngamanqina amhlophe, ungayibambi ngophondo uyayibambezela.
      Gubhuza, mfula kawuwelwa uwelwa zinkonjane kuphela.
      Maphisa, aphiswa izindaba, inkani nolaka!
      Ibinda! Inkosi kayiqedwa!

      We should meet and discuss the standard clan names and the surnames we are affiliated with as the Mlambo clan before our kids marry each other.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: