Izithakazelo zakwaMnomiya Clan Names Umlando

Izithakazelo zakwaMnomiya

Dlaba,
Shukulas’, Shezi,
Dludle,
Dludl’owadl’imihlambi yamadoda,
Wadl’izinkomo zamaNdebele,
Oyodl’ezikaDlaba uyoceba,
Dlab’ akadleli phansi,
Udle’ edlodlweni,
Abanye bedlela phansi,
Mavulane owavul’ iNkandl’ivaliwe,
Mchube, Mlotshwa,
Wena kaLumbazo, kaZokufa,
Sigananda phum’eNkandla!


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

3 thoughts on “Izithakazelo zakwaMnomiya Clan Names Umlando”

  1. Pks expalin what the relationship between Mnomiya and Shezi is because it’s confusing Mnomiya is my Maternal Surname

    Reply
  2. Namanje ngisaphika! Ngiyavuma ukuthi oShezi noMnomiya bahlobene kakhulu kodwa asithakazelani ngokufana. OMnomiya oGininda, Mehl’ayizitha , Ngwadi, Dinane ngokudina abasekhakonyoko etc. Lokhu ngingakucacisa kanje: umfowethu owakithi kodwa mina angiyena umfowethu, naye akamina. Akusiyo inhlamba ukusithakazela ngoShezi, kodwa ukuphaphalaza-nje okubangwa ukungazi(ignorance). Buzani abakwaMnomiya uma nifuna lenkundla yethembeke.

    Reply
    • Injalo nje bhuti wami. Basuke bafake izthakazelo zakwaShezi kwaMnomiya kanti akunjalo.

      Reply

Leave a Comment