Izithakazelo zakwa Khanyile
- Khanyile,
- Sothole,
- S’tshopo,othi udl’inkomo kanti udl’impisi,
- Umashaya umuntu aphindele lapho aphuma khona,
- Odl’isinkwa esinothotho,
- Mahamba kancane Sogodi,
- Phondo olukhulu elavuma kwavuma amadoda,
- Shalashala elihle elithukuvuma ukulandula,
- Ntunjwa kaLanga …Continue reading>>
Co-founder of Thebe Investment Corp in 1992. Director at Shell South Africa, Vodacom SA, and FX Africa Foreign Exchange. Former Chairman of Santam Ltd (2012-2013, 2018-2021) and JD Group Pty Ltd. Holds undergraduate degree from University of Birmingham.
Winner of the 2019 Ithala Business Achievers Entrepreneur of the Year Award, receiving R100,000 towards her business.
π Search here π+ ADD CLAN NAMESπ¬ Watch our videos
Oluhle Khanyile
Mina ngazi
Khanyile
Ngwane
Mahlobo
Angizazi kahle mase ziqhubeka
Nosipho Khanyile
Ayke angizazi ke lezi ,ekhayΓ sithi
Khanyile ngwani mthiyane bhongela sogodi kalanga sinkwa esakhiwa ngothuthu syaqhuma
Ntokozo Khanyile
Sogodi unjn Mina ngicela owazi ihubo lakwakhanyile engipha ngiyacela ….Mina uNtokozo wami uNsungulo zogoba wasuka eNkandla wazokwakha emtunzini ngexa yomsebrnzi
Unknown
Ndwandwe? hhay bo