clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Khathide 😍 Khathide Clan Names

Izithakazelo zakwa Khathide

  • Kubheka,
  • Masobode,
  • Wena owasobodela udlubu nokhasi,
  • Mgwaqo awedlul’esibayeni, ngoba kuvalwe ngamakhanda amadoda,
  • Mbend’ebomvu enjengetolwane,
  • Boya obuningi obungangenyathi,
  • Mbokod’ebomvu kaMagayiza esunduza abeSuthu namaNdebele,
  • Sicabha esihle esakhothwa izinyoni zakwaKhathide,
  • Sombheshane,
  • Makhunga, wena owakhunga izimbila emgedeni, zaphuma zingenamisila,
  • Nanamuhla azinawo umsila ngesimanga sikaMaKhunga,
  • Ndolwane,
  • Magonondo!


Previous

Izithakazelo zakwa Khathi 😍 Khathi Clan Names

Next

Izithakazelo zakwa Khawula 😍 Khawula Clan Names

2 Comments

  1. Bongi

    I’m a makhoba from free state and ours goes like this .
    “Makhoba khathide,Kobe,maphika nkane”

  2. Is this a clan Praise for Makhunga's family

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: