πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Khumalo Clan Names & History

Izithakazelo zakwaKhumalo:    
Mntungwa,
Mbulaz’omnyama, Nina bakaBhej’ eseNgome, Nin’ enadl’umuntu nimyenga ngendaba, Nin’ enadl’ izimf’ezimbili ikhambi laphuma lilinye, Lobengula kaMzilikazi,   Mzilikazi kaMashobana, Shobana noGasa kaZikode, Zikode kaMkhatshwa, Okhatshwe ngezind’ izinyawo nangezimfushanyana, UMkhatshwa wawoZimangele, UNyama yentini yawoZimangele Mabaso owabas’ entabeni kwadliwa ilanga lishona, BaNtungw’ abancwaba, Zindlovu ezibantu, Zindlovu ezimacocombela,
Nin’ abakwaMawela owawel’ iZambezi ngezikhali,
Nin’ abakwaNkomo zavul’ inqaba, Zavul’ inqaba ngezimpondo kwelaseNgome zahamba, Nin’ enalukudl’ umlenze kwaBulawayo More Khumalo clans>>   πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Izithakazelo Khuluse Clan Names & Umlando

Next

Izithakazelo zakwa Khumbuza Clan Names Umlando

5 Comments

  1. nice one

  2. im interested in t-shirt for Khumalo, where are u?

  3. Mbulaz'0mnyama kodwa omashobane madoda ngane zakwethu (ngyajabula mina)

  4. Mbulaz'0mnyama kodwa omashobane madoda ngane zakwethu (ngyajabula mina)

  5. syabonga, ngukhumalo nami kodwa khona la ngingaboni kahle khona. kuphi ukuthi Mbulazi…..

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026