Kosi !
Mabhungane Nyathi ebthunzi Nyathi edla yodwa idla nezinye ngokugezana kwezandla

Kome kungu buhle bezulu liguqubele sizukulwane Sika Dlamini no Mthombeni
Sizukulwane Sika Mageba no Mshika. Mbata kome Nyembane wen owakhulela khabo Nina

Mnisi wemvula lwandle kaluwelwa luwelwa izikonjane ezabuya nemvula kumathombeni.
Ngongolozi omuhle owaphekwa netshe kwavuthwa lonakucala
Nyathi elalaphezu komlilo ubusukubonke ingatshi
Bhingi! Kwekwezi ukhanya bha! Naledi yamasa!

Mlandeli ngokulandela abobaba wezwa nge phalafala ye kosini ilila ithi Vuka sokana lakwa Dlamini udobhe indonga ulandele abo baba, nangembala wabalandela
Wathi usakhamba khamba ngendleleni wahlangana nentaba ene kungu ehlekangangani kuleya kungu kwakulila amabhubesi watshona khona ngaphandle kokusaba nawfikako wathola u Tau , u Mabhoko no Malewa . Bathi maSwati ayi chaba wena wayibatamela.

Mkhambabuye ngokukhamba abuye ambethe iskhumba sebhubesi watsho u Tau ukuthi u dugu ya kanyana u bina tau.
Mbata Mswati Mpedi nare ya pula!

Mashiya amahle njengenyamazane Dlamini omuhle one bala elibthunzi ehloko , wen owagida odakeni kwabhunya uthuli. Zulu eladumakude kwaze kwathuka ngisho nesikanzunza
Mswati Mndebele!