Kulungile Baba lyrics Sfiso Ncwane

Baba kulungile
Ma kutintando yakho
Okwenzek’ empilweni zethu.

Kulungile ke Baba
(Kulungile Baba)
Kulungile ke Baba
eKulungile Somandla
(Kulungile Baba)
Kulungile ke
eKulungile makuyintando yakho
(Kulungile ke Baba)
Kulunge konke Somandla.
eKulungile ke Baba.
(Kulungile Baba)
Makuyintando yakho Baba
eKulungile ke Baba
(Kulungile Baba)
Konke okwenzekaya makuyintando yaKho Somandla.
Ye kulungile ke Somandla, kulungile ke.
(Kulungile Baba)

Makuyintando yakho ke Somandla,
Konke okwenzekaya empilweni zethu kulungile ke.
Noma kukubi
Noma kukuhle kulungile,
Kodwa makuyintando yakho,
Makuvhume wena.
Noma ukholo lwethu belunyakazisa Baba,
Noma imvungumvungu zifika,
Kulungile ke.
Kulungile ke Somandla.
Kulungile makuvhume wena.
Kulungile Oh!

(Kulungile Baba)
Kulungile ke Baba
Noma kwenzek’izinto ezibuhlungu empilweni zethu.
(Kulungile Baba)
Kodwa kulungile.
Noma besihlukumeza besihluphel’ukholo lwethu
Ah!
(Kulungile Baba)
Kulungile ke Baba.
Noma kubuhlungu
Kodwa kulungile.
(Kulungile Baba)
Lalela!
Ngithi noma kunenkinga laph’ekhaya kodwa ngithi ke,
(Kulungile Baba)
Makuyintando yaKhe kulungile ke.
Nom’omakhelwana behlekisa ngawe,
Kodwa makuyintando yaKhe,
(Kulungile Baba)
Kulungile.
Noma sebehleka ngawe,
Behleba ngawe kulungile ke,
(Kulungile Baba)
Ah!
Ngithi noma umshado wako ubhidlika laph’ekhaya kodwa ngithi,
(Kulungile Baba)
Makuyintando YaKhe yena,
Kulungile Baba
(Kulungile Baba)
Ah!
Kulungile.
Noma umsebenzi usukuphelele
Kodwa makuyintando yaKho,
(Kulungile Baba)
Kulungile
Ah!
Uyazi ulala ungadlile ekhaya,
Kodwa kulungile ke
(Kulungile Baba)
Makuyintando yaKho Baba kulungile.
Noma inkinga zikulandela
Kodwa makuyintando yaKhe.
(Kulungile Baba)
Mus’ ukukhala
Mus’ukhala usatane uzojabula.
Eh kulungile Baba.
(Kulungile Baba)
Kulungile Baba.
Kulungile ke Somandla.
(Kulungile Baba)
Makuyintando yaKho Baba.
Baba makuvhume Wena
Ngempilo zethu
Kulungile ke.
(Kulungile Baba)
Kulungile Baba.
Kulungile
(Kulungile Baba)
Ah!
Mus’kukhala, mus’kukhala,
Sul’inyembezi
Ah!