Izithakazelo zakwa Lembede π Lembede Clan Names By admin On Izithakazelo zakwa Lembede Ndima, Bayeni, Sibhuzi esimqala! moshupjesoelen-de Previous Langa Clan Names Next Izithakazelo zakwa Linda π Linda Clan Names 3 Comments Add Comment → Zenzo Michael Ndima U Ndima ka Bayeni yena ungena kanjani kulomlando kaLembede? Reply Akhona Ngcobo Lembede,Ndima,Bayenisibhuzi esimqala,qomisa ngitheleUngipheke encumbeninina bakasipholopholwaneukudla kwenukuhle kunje ngo bandla khulugida kahle gida mnewethu ngokudabuka sidabuka emachunwini (emsinga embangweni).izihlobo zami o-majola,mchunu (macingwane),umchunu wayenamadodana amathathu lawa alandelayo1.umacingwane(wayeyivila kodwa eyinkosana),2.umajola(wayenochuku efuna ubukhosi kumacingwane),3. ulembede(wayelime kakhulu): ukhokho wami umagqamuza egwele umajekeza kanina wayeyinkosi yase machunwini eyayivele ihlabe nje kungonakele lutho and ulembede uwukhokho wokhokho owabulawa ushaka emgwaza ngomkhonto esesuthi inyama yakhe eqeda ukubusiswa ulembede and ukumbulala kwakhe ushaka wenza sengathi uyagiya kanti ufuna ukumjuma ngoba wayemsaba kakhulu ingakho ke uzwa kuthiwa ushaka ilembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha ingoba wathi mayeqeda ukugwaza ulembede wase eyameqa kwabaleka abantu. Reply Zenzo Michael Ndima Ngiyabonga Sisi, nami sengiwuthole kanjalo lomlando. ithuna lika Lemede lise Nkandla, Ethaleni (Esikhaleni Sebovu manje). Sakhula sililungisa sicenta ukhula. Reply Leave a Reply Cancel replyYour email address will not be published. Required fields are marked *Comment * Name * Email * Website Save my name, email, and website in this browser for the next time I comment. Type in the text displayed above
Zenzo Michael Ndima
U Ndima ka Bayeni yena ungena kanjani kulomlando kaLembede?
Akhona Ngcobo
Lembede,Ndima,Bayeni
sibhuzi esimqala,
qomisa ngithele
Ungipheke encumbeni
nina bakasipholopholwane
ukudla kwenu
kuhle kunje ngo bandla khulu
gida kahle gida mnewethu
ngokudabuka sidabuka emachunwini (emsinga embangweni).izihlobo zami o-majola,mchunu (macingwane),umchunu wayenamadodana amathathu lawa alandelayo
1.umacingwane(wayeyivila kodwa eyinkosana),
2.umajola(wayenochuku efuna ubukhosi kumacingwane),
3. ulembede(wayelime kakhulu): ukhokho wami umagqamuza egwele umajekeza kanina wayeyinkosi yase machunwini eyayivele ihlabe nje kungonakele lutho and ulembede uwukhokho wokhokho owabulawa ushaka emgwaza ngomkhonto esesuthi inyama yakhe eqeda ukubusiswa ulembede and ukumbulala kwakhe ushaka wenza sengathi uyagiya kanti ufuna ukumjuma ngoba wayemsaba kakhulu ingakho ke uzwa kuthiwa ushaka ilembe eleqa amanye amalembe ngokukhalipha ingoba wathi mayeqeda ukugwaza ulembede wase eyameqa kwabaleka abantu.
Zenzo Michael Ndima
Ngiyabonga Sisi, nami sengiwuthole kanjalo lomlando. ithuna lika Lemede lise Nkandla, Ethaleni (Esikhaleni Sebovu manje). Sakhula sililungisa sicenta ukhula.