UMabaso uzalwa noKhumalo. Bayinzalo kaMntungwa. UMntungwa uzalwa uyena uMbulazi. UMbulazi uzalwa uNdaba (uNdabezitha).
UMabasa akahlobene noMabaso kanye noKhumalo. Kucishe kwafana amagama. Sekwenziwa sengathi into eyodwa. Lokho kubangelwa ukuthi kukhona abantu bakwa Mabaso abahamba begcina sebe zinze kwelase Mozambique. Ukwakhelana kwabo kwagcina sekwenza kubonakela sengathi bayinto eyondwa.
Abantu bakwaMabasa bangabantu bakwaChauke.
Leave a Reply