Izithakazelo zakwa Madlala 😍 Madlala Clan Names

Izithakazelo zakwa-Madlala

Sishi,
Mpumuza,
Hlokohloko, Bhengu,
Khabalidaka,
Nodlomo!

Omunye umlandeli wale-blog ubhale kanje

More about Madlala Madlala

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

29 thoughts on “Izithakazelo zakwa Madlala 😍 Madlala Clan Names”

  1. Thandiwe Madlala sishi khabalidaka jongolo Lilala wena owalala nomuno enquza wavuka wakhomba empumalanga. Hlokohloko Nina enadla insimu nayililela wena so godla owagodla ingwe nengonyama malanda amhlophe msunukanyoko

    Reply
  2. Madlala
    Sishi
    Khabal’daka
    Hlokohloko
    Nina enadla insimu niyililela
    Somgodla owagodlingwe nengoyama
    Malanda amhlophe
    Msunukanyoko

    Reply
  3. Madlala
    Sishi khabaludaka sozaba dlobeni nongane nzimase kamthandela hlokohloko lakomyakana Nina enadla inhluni niyililela msununu kanyoko gengeshe bhabala egwaba igijima ukuba ayigwabanga ngabe asikhola

    Reply

Leave a Comment