Madonsela Clan Praises
Mtimande,
Lubambo lunye,
zingaba mbilβufuzβekhabonina,
Masango makhulu nawabantu nawezinkomo,
Nina bakwa Malambule,
Okwathi uMalambule ebanga noMswazi nathi, “Malambule phambili!”
Another guest added this version:
- madonsela,
- kunene,
mtimande, - bambo lunye zingaba mbili wafika nonina embelethe emhlane,
- siqu sinye njengesdunu somshanyelo,
- maqoma entanyeni njenge mpisi !!
Alex Kunene
Madonsela, Kunene, Mtimande, Lubambolunye mesezimbili zafika nonina emzini, Mageza ngobisi abafokazana begeza ngamanzi, nina bakaMalambule okwathi uMswati elwa noMalambule nathi”Phambili Malambule”, malobola ngejazi ebukhweni, enafika kwaZulu ngokuhlehlela nathi”Kunene kweve/kwezwe”, Masango makhulu awabantu nezinkomo. Uyadela umfazi oyoganela kwaMadonsela ngoba uyozala abantu abahle izimomondiya.
unknown
madonsela kunene,mtimande, bambo lunye zingaba mbili wafika nonina embelethe emhlane, siqu sinye njengesdunu somshanyelo, maqoma entanyeni njenge mpisi,