Izithakazelo zakwa-Magwaza
Yengwayo!
Njomane kaMgabhi eyaduka iminyaka nyaka yaze yatholakala ngowesinti,
Wena wasemthini emide yaseLangeni!
Njinji !
Mabhulu,
Wen’okajika khothama,
Gidizela!
Wena waMantando,
Manqondo !
Yengwayo!
Njomane kaMgabhi eyaduka iminyaka nyaka yaze yatholakala ngowesinti,
Wena wasemthini emide yaseLangeni!
Njinji !
Mabhulu,
Wen’okajika khothama,
Gidizela!
Wena waMantando,
Manqondo !
Β© 2026
Unknown
Akuzo ezakithi lezi thakazelo
Unknown
nginguMagwaza and im very proud of that
Unknown
hhai bafwethu, akekutholakale abantu besibongo sakwa Magwaza bempela abanomlandu onothile ngeqiniso lendabuko yalesisibongo, njengoba kuyaziwa ukuth saphuma kwa Mhlongo, baphela ubuhlobo, kanjalo ke nezithakazelo namahubo abo imikhuba namasiko bazimela gelekeqe, ake sithole okuyikho ukuze ungaphazamiseki umlandu unomphelo.
Nokie555
mangiqale ngokukubonglela nge blog yakho, iyasiza kakhulu. Ngicela ungisize ngibheka izithakazelo zakwa Sigwaza. Ngiyazi ezinye zazo o Mabhida, o Sibanda. Kodwa ngibe sengigcina lapho.
Unknown
yengwayo ,njomane kamgabhi eyaduka iminyaka nyaka yaze yatholakala ngowesinti,wena wasemthini emide yase langeni ,Manqondo