Surname Meaning, History, Clan Names & Latest News

Izithakazelo Umlando Clan names Iziduko

Makhaye

Izithakazelo zakwa-Makhaye

Makhaye,
Shombela!
Mdeke,
Manyawonhle!
Manyawonkulu,
Mangcingcingci,
Mthonjana kawushi,
Nkungwana ezithe ncwelele phezu kwetongwe,
BoMadlul’ithwele, yadlul’ ingathwele!

Izithakazelo zakwa Sambane | Sambane Clan Names

Sambane sika Mtshokotsho esiwumba singawulali ulalwe zizi zwana ugida ngebamba abanye begida ngeztshingana uNonduku ayikhethi nakumkhwenyana I Vundle lihle !

AmaNjuza Clan | Iziduko: Njuza

uNJUZA! nomaKhala! ooJola! impondomise ngohlanga, sthukuthezi, sithandwa mhla kukubi, mfaz' obele 'nye omabele made, oncancisa naphesheya komlambo!

Previous

Zuma

Next

Manzini

12 Comments

  1. Ngyazicelela bandla Irecording yezithakazelo zakwa Makhaye?

  2. Ngibingelele oShombela bonke Madeke amahle

  3. Madeke amahle

  4. I
    actually ngihlal khon

  5. Uban Owazi intaba ebizwa nge Tongwe?

  6. Shintsha Makhaye thina sadabuka emakhabeleni ekranskop.Iqiniso sbahle.Ngicela ukubuza ukuthi kungani singahlangene nesinye isbongo savela kanjani isbongo sakithi

  7. Bonyawoluhle, Bonyawonkulu

  8. Mabongie Makhaye ozalwa uMaMkhize imvelaphi yethu isemakhabeleni siphuza uThukela ngyasthanda leaibongo sakithi pho sibahle yini nawe uyasibona nje

  9. Ezakithi ke sibizwa ngoShombela Mangcingcongci ngyasithanda isibongo sakithi

  10. Zamnandi bo ezakithi izithakazelo lilililili yithi labo

  11. Makhaye,
    Shombela
    Mdeke,
    Manyawonhle,
    Manyawonkulu,
    Mangcingcingci,
    Mthonjana kawushi,
    nkungwana ezithe ncwelele phezu kwetongwe,
    BoMadlul'ithwele, yadlul' ingathwele

Leave a Reply

Your email address will not be published.

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: