Izithakazelo zakwa-Makhoba:
Gwabini,
Hamashe,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Gwabini,
Hamashe,
Manzini, Geda,
Ncwane, ngankomo yaseMahenyeni,
Nyama kayishi, isha ngababhebhezeli,
Wena owaphuma ngenoni emgodini,
Sengwayo!
Ngyabonga Joko,uPhile mfw2.
Akubona oMakhoba laba. Uzithathephi lezithakazelo, Asiyena uZungu thina, Asiyena ugeda, Asiyena uManzini, Asiyena uNyamakayishi, futhi asiyena uGwabini/Gwabeni. oMakhoba, oJoko umhlale endlini abanye beshiswa ilanga kaMandana. uMgebisa kaJoko, igolo lezitha, iWaba elabamba ingonyama ngamanoni, elaciliza iLembe ngokuphuma emgodini wengonyama, ELikaGodloza lemiZaqa eyaphukela abangaphandle nebangaphakathi, oLume nkume. uMakhoba ke lowo, weWaba, elahambe hlathini kwaguqa izingonyama, KaNcwane.
Nina bewaba elimnyama lako Godloza,nina baka Didiz'ulwandle,umagadl'eguqile njenge thole,umagwaz'udidi,Mgebisa qolo lezitha
Nami ngazi lezi ezishiwo u Thami ngoba singabo o Makhoba ngapha ngakithi e Mandeni
Nithi ke manje uZungu angaganela kwaMakhona kusho kungabi ndaba zalutho? Siyinto eyodwa kepha sohlukene ngezindlu.uPhephu lo eBizana eastern cape.siyisizukulwane sika Deyi thina.
Mthabela
Joko
Zungu
Nsele
Nina beWaba elimnyama likaGodloza,
Abalishaya ngemzaca yephukela