Mathabela Clan Names, Meaning, Origin & History Ntongande!!! More about MathabelaEducational videos π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Mathabela ! Mthembu kaSodiza Wena Kayimayimayikazi Mdungandaba wamabandla Wena Ntabezimahwanqa, ezingadliwa nkomo ezidliwa nama phiva nama shongololo Wena Kathole gqabula amanye ekhulekiwe Wena gqiza nganhlanye abanye begqiz’ izindawozonke Mgangane Ntsele Ntongande Mchobozawele Mashoba Nyaliza Nongoda, owagojela amadoda eNcome Wena kaNomageja enyakeni Wena weBhuqe elimnyama LikaNomageja Nina benyon’ edlemathunzini esandlwane Nina bejuba lenja emangongo emawelawela Nina baka Hululu owehla ngesilulu engweni Nina bakaLukhozi, noMagatsha benoShikashika kaNongoda Reply
Mathabela !
Mthembu kaSodiza
Wena Kayimayimayikazi
Mdungandaba wamabandla
Wena Ntabezimahwanqa, ezingadliwa nkomo ezidliwa nama phiva nama shongololo Wena Kathole gqabula amanye ekhulekiwe
Wena gqiza nganhlanye abanye begqiz’ izindawozonke
Mgangane
Ntsele
Ntongande
Mchobozawele
Mashoba
Nyaliza
Nongoda, owagojela amadoda eNcome
Wena kaNomageja enyakeni
Wena weBhuqe elimnyama LikaNomageja
Nina benyon’ edlemathunzini esandlwane
Nina bejuba lenja emangongo emawelawela
Nina baka Hululu owehla ngesilulu engweni
Nina bakaLukhozi, noMagatsha benoShikashika kaNongoda