πŸ’›

izithakazelo

Izithakazelo zakwa Mathenjwa Clan Names Umlando

Mathenjwa Clan Praises , Izithakazelo zakwa Mathenjwa:
Mathenjwa
Mgabadeli
Wena owagabadela inkundla kabulawayo

Dladla
Sishi
Gamula
Mageba
Ndabezitha

Wena ongayidli imbuzi ngoba usaba umsila obheke phezulu

Wena owakha umhlanga ekhaya abanye bewukha entabeni
Wena waseManyiseni !!

Abanye bazihaya kanje:

Mathenjwa – Ndabezitha – Mgabadeli – Mageba – naboNgwane – naboMacalane – wena owagabadela inkudla yakwaBulawayo – wena ongayidl’imbuzi wesaba umsila ukubheka phezulu,
β€œbathi bebone wena Ndabezitha besho bebone ubuyaya besilulu, lapho ijozi lidla ophansi lidla ophezulu!!!”

πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 UTube Channel

Previous

Izithakazelo zakwa Manatha Clan Names Umlando

Next

Ralulimi Clan, Surname Meaning, Ralulimi Origin, Ralulimi History

3 Comments

  1. Sbongakonke

    mageba

  2. Nkululeko sandile mathenjwa

    Nkululeko. S. Mathenjwa

  3. Priv

    I agree with your points, wonderful post.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026