Izithakazelo zakwa Mathenjwa
Mgabadeli,
Wena owagabadela inkundla kwaBulawayo,
Dumakude, Mageba,
Ndabezitha!
Swati version goes like this below:
Mgabadzeli,
Wena owagabadzela inkundla kabulawayo,
Gamula,Dladla, Sishi, Mageba,
Wena longayidli imbuti ngoba usaba umsila obheke tulu !!
Unknown
No ezakwaMathenjwa aziphelele nje.asibona futhi odumakude,singo Gamula ,wena ongayidli mbuzi osabumsila obheke phezulu,
Unknown
Inkosi ayiqedwa
Unknown
Damn nididekile kakhulu this time????
1.Dumakude u Nyawo or u Mlaba
2. Mageba, Ndabezitha u Zulu
3. Umgabadeli u Mthembu
Unknown
Ung- understand ungena ngaphi udumakude koMathenjwa!? ?
Unknown
Shandu kaNdaba Sontshikazi
Shandu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela
Gumbi lamagwaa
Mthiya ngenkomo abafokazana beThiya ngamahlahla
Ndaba komkhulu
Ndabezitha!!!!!