πŸ’›

izithakazelo

Mbhele Clan Names

Izithakazelo zakwa Mbhele

  • Godide,
  • Mphemba,
  • Ntuli,
  • Ndlela kaSompisi,
  • Sothole,
  • Gudukazi uyiNcwayo,
  • Khuboni,
  • Sompisi owaphemba ngamakhand’amadoda,
  • Abanye bephemba ngomlilo,
  • Nina base Lenge,
  • Enabonakala ngefu lezintuli,
  • Kwabe kunguSompisi kaGuqa, kaMasalela,
  • Mazimuzimu enidla’abantu,
  • Mgwabini wemikhonto,
  • Umahlatshwa ebuhleni njengethole,
  • Umagaju njengengwe,
  • Inhlangu eyeqa iphindaphinda,
  • Umanxeba angamanxuluma,
  • Kwasa bemhlaba uGwabini, waphika,
  • Lang’elaphum’endlebeni yendlovu,
  • Nyaka wumbe,
  • Lophum’ endlebeni yengwenya,
  • Unonjiyelwa,
  • Kulala uhlangothi lubomvu,
  • Ugodo olumuka namankayiya,
  • Langa!
πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Mbanjwa, Meaning, Origin & History

Next

Mbatha, Meaning, Origin & History

6 Comments

  1. Singasho kanjani ukuthi singo Ndlela kaSompisi ekubeni bezwala Amabhele labo banto not ukuthi bona bazala Amabhele?

  2. I just leant about my surname & I feel so proud of myself now.

  3. it nice to know yourself in and out.thanks

  4. Mna ndifuna ukuva ngoDlambula apha, andimboni evelela.

    Luvuyo Belle

    • Anonymous

      Kahle bo

  5. Siyabonga Mageba ngegalelo lakho,,, uqhubeke njalo usigubhele lolu lwazi

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026