Izithakazelo Zakwa-Mbuyazi

  • Mbonambi!
  • Mageza ngobisi amanzi ekhona!
  • Mabhodla wena owabhodl’ ulwandle lugcwele!
  • Wawela ngaphesheya, owalamb’ endleleni waze wadla ubukhwebezane!
  • Nkonyan’ yenkosi!