πŸ’›

izithakazelo

Mdluli, Mdlalose, Nkwanyana

MDLULI
Lukhele, Nyoka, Sikhangisa, Nzimande, Bhekiswayo

MDLALOSE
Nyande we Phahla, Khwenta, Madlula, Mgabashe, Bhudukuziwa, Phangakufa, Dikane,
Wena we Phahla elinhloko, Sphangula Sayo Ngoye,
Magutshwa lapho engekefe khona,
Wena ka Nhlangothi zibomvu amanxeba,
Wena webhaxa elithanda impi,
Ngoba ladla uDayi ka Skhova

NKWANYANA
Nina beNkonyane ka Ndwandwe,
Mncwango, Dlalisa, Mpisane, Masuku, Mtshali, Siyaya, Nxumalo

Popular people from Mdlalose last name

Sitholizwe Mdlalose (Finance/Technology)
Zimbabwean accountant and corporate executive appointed as CEO of Vodacom Tanzania in August 2021. Previously served as Director of Finance at Vodacom South Africa (2017-2021). Chartered Accountant (ACCA) recognized by the Institute of Chartered Accountants in England and Wales. Holds Bachelor of Accountancy from University of South Africa and completed Senior Executive Programme at Harvard Business School. Formerly worked at Deloitte Zimbabwe, Ernst & Young UK, and held various finance roles at Vodafone UK.

Popular people from Mdluli last name

Sibonelo Mdluli (Legal)
Specialist in private and public M&A, equity capital markets, securities regulation and general commercial law. Appointed as Director in the Corporate practice at DLA Piper’s Johannesburg office in August 2021. Previously worked at Bowmans and spent time on secondment at Davis Polk & Wardwell in New York.

Royalty from Mdluli last name

Mcoseli Mdluli (Chief)
Chief of the Mdluli people at Mkhambathini, near the confluence of the Msunduze and Mngeni rivers in central Natal. His reign occurred during the late eighteenth and early nineteenth centuries when the centralisation of polities east of the Drakensberg Mountains disturbed life in the region.
Nomsimekwana kaMcoseli Mdluli (Chief)
Son and heir of Mcoseli who led the Mdluli people through a turbulent period of regional consolidation. Forced to pledge allegiance to various powers to survive, Nomsimekwana and his followers affiliated first with the Ngwane, later the Mkhize, then the Zulu, and eventually the British. Their associations shifted as threats changedβ€”armies, hunger, marauders, and Boer settlers. After years of displacement, Nomsimekwana finally returned home to re-establish a chiefdom from the remnants who survived the transformation of the region. His story demonstrates the persistence of amalala identities in Natal through the mid-twentieth century.
Mdluli Clan Today
The Mdluli clan continues to exist as one of the traditional communities in KwaZulu-Natal. Their history reflects the complex relationships between smaller polities and the larger Zulu kingdom, with some Mdluli families now being recognised as traditional leaders in areas like Mtubatuba, though this recognition is sometimes contested by other clans who claim earlier occupation.

Previous

Abakwa Khumalo

Next

Makhathini, Malinga, Zungu

12 Comments

  1. Nombulelo

    Cela ningisize ngomlando wakwaMNCWANGO NEZITHAKAZELO PLEASE

    • mxo

      o Phakathi, nsiba mjaji, macayiya ngubozil,thuli khal,shwayo kamzingeli nkwenkwezi, nyoni yezulu,

  2. I can’t find ezami izithakazelo, oLINDA mkhonto cebekhulu mbiko nsele,

  3. Mbuyiseni Mpisane

    Ngicela ningitholele umlando nezithakazelo zakaMpisane

  4. angiboni ezami izithakazelo zika Mdluli bhekiswayo

    • Mzwandile Mdluli

      Mdluli
      Bhekiswako
      Wena wabhekis’ inkhos’ elusaseni
      Sukuta
      Luvuno
      Luvuno alunanhloni
      BakaMdluli abayidli inyama yembuti
      Badla yenkonkoni
      Phika sinamandla
      Mlimi wansindze
      Bantfu balim’ emafus’ aboGembe
      Mlisana
      Ndzindzindzi
      Mdluli!

    • Sia_bkomdluli

      Mdluli
      Bhekiswayo
      Wena wabhekis’ inkhos’ elusaseni
      Sukuta
      Luvuno
      Luvuno alunanhloni
      BakaMdluli abayidli inyama yembuti
      Badla yenkonkoni
      Phika sinamandla
      Mlimi wansindze
      Bantfu balim’ emafus’ aboGembe
      Mlisana
      Ndzindzindzi
      Mdluli!

      Mdluli
      Bhekiswayo
      Phakatsi
      Nselo lenkhulu
      Luvuno lolungenamahloni
      BakaMdluli abayidli inyama yembuti
      Badla yenkonkoni

      Mdluli
      Sikhandzisa
      Mandzindzakandzaba
      Wena Delila, tinkhomo
      Watsenga emajaha

      Mdluli
      Sikhandzisa
      Mkholo lonsundvu
      Lonsundvu ngisho netinyawo takho
      Mbokodvo lenhle legaya bulawu bemakhosi

      Mdluli
      Sikhandzisa
      Semakholo
      Mbokodvo lendze
      Lesilala bulawu bemakhosi
      Mhlanti wendlunkhulu

    • ntuthukozwane

      Lice, oMdluli = Mngomezulu. Landela ezakwa Mngomezulu. Baphuma kuMsuthu elinye igama lakhe uNcube noma uBhengu noma uNgobe waGaZhou noma Gazu noma KaNdou noma Ngwato noma Gando noma KaNdlovu kaNjobvu noma KaToure noma KaNtuli wakwaSibiya/Tsibela/Mvelase.

      UMngomezulu nomaMdluli isibongo esisodwa ngodwa izigodlo ziyahluka.

      • ntuthukozwane

        GaZhou = Zhouga = Zunga = Ndlovunga = Toureka = Thulinga/KaNtuli = Thulini = Tholeka = Thekako = Thagacu (which is what we called ourselves in Kenya, this till day, if you read Kenyan tribal history you are reading Zulu history until we left). Another way of writing Thagacu is Thekwa or Thekua, their place would be called Thekwini noma Thekwane noma Tekela.

        Elinye igama laNdlovu uTlou noma uHlo noma Maholo/Mhlolo. Uma ukuluma ngenzalo yakhe then it would be Tlouka = Hlonga = Tlokwa = Hlongwa = Ndonga = Ntonga = Tsonga = Masoka.

        These are intricacies that show us our kinship as Zulus who now speak different languages.

  5. Simphiwe

    I cant founfd ezam izithakazelo o nkwanyana zikode nsele nduna

    • Linda

      Angiboni ezakwaMdluli nyoka ithakazelo. Ngiyacela

    • ntuthukozwane

      Simphiwe, zonke izibongo ezibhalwe ngaphezulu ngaphansi kwegama lakwaNkwanyana ezakwaZwane. Yizo futhi izibongo okubizwa ngazo iJohannesburg = Kwa (Makua) Ndonga (Thonga noma Ntonga noma Tau noma Mntungwa noma Ndau noma Nyawo noma Mlawu noma Jehu noma Jeru noma Njeru noma Lawa noma Lala noma Langa) Ziya (Bosia noma Mosia noma Mashiya noma Masia noma Basia noma Basan noma BaZwane noma Msane noma Mzila ka Nxumalo koSoshangane noma emaShanganeni) Duma (Imbube noma Bhubesi noma Phuthuma noma Mbuduma noma Manala Ndebele noma Ngala (Lion) noma Makhaya noma Khayi noma Ngayi noma Malambule noma Khambule noma Michael noma Magaye noma Ngonyama noma Koyama noma Makoya noma Makua noma UKhula noma Makula noma kaZubane noma kaMashobane noma KaMagubane noma KaGubhela noma KaMacobane noma KaTibane noma KaZibane noma KaMzimela noma KaSibiya noma KaZwane – into eyodwa) = Zonke izizwe (hhayi surnames – into yabelungu )
      Leyo – izibongo zethu kwakungabantu 3,000 years ago, izizwe (manje ngoba inzalo isiningi kakhulu) zakwa Zulu zamaThembu, bonke ababizwa ngabaNtwana (or Tshwana or Tshwane or Mafana nomi Maphana noma Maviya/Mavila noma Bila noma Bilphar noma Mphemba noma Bemba (Bhemba) or Abia noma Aphia) noma Ntwane noma Nzwane or Zwane noma Ndwane noma Matiwane noma Maziwane noma Mzinyane noma Silela noma Sithupha noma Thuphazi noma Topaz noma Ntombazi noma Netophathi.

      UNtombazi wakwa Zwane uzala isizwe sakwaNdwandwe noma Ndawonde. Yikho uzobona izithakazelo ezifanayo phakathi kwazo zonke lezi sizwe. AbaNtwane bakwaZulu. Babuye babizwe ngoMsane noma Sela noma Hlela noma Ndlela noma Ngwane noma Ncwane noma Cirhane noma Ciane noma Ceila noma Celela/KaCele noma Celane = Mkhiwane noma Mukulu noma Mukuyu noma Nkuhlu = fig tree = Ngwane. This is a huge tribe in Africa. No country does not have it.

      KwaCele sikhona isizwe wakwa Zwane, sibizwa ngoZwana noma Mthiyane, nakwa Sikhakhane noMagwaza noms MaGaza (la kuphuma khona amaShangane noma Soshangane okuyiwona okungamaVenda, Pedi, Tswana and Ndebele ‘- Ndzudza, Manala, Mhwaduba, Dlomo (ithi labo kwaZulu, oCebekhulu, oMhlongo, oZungu, OZondi, oZikode = Zondeni = KaZondi = 1. NGWANE 2. TETEMANE (ETete kuseMozambique lasiphuma khona, Tetemame = KaMthethwa = bagcwele eEastern Cape nakwaZulu abantu baseLangeni kwaMthethwa) 3. Nsele. These are the 3 sons of Zondi = isizwe samaNgwane saseNkandla.) Onke lamadodana kaZondi awakwa Zwane.

      Izibongo Akuzona ezisho ubuhlobo, ukuhlobana sonke siphuma esendeni elilodwa = UMnguni. Izibongo zikhuluma ngomlando obhalwe egazini lethu. Akukhona ukuthi uzokhetha umakoti owakwa bani ngazo. Lokhu kwaza nomkhuba wokuthakatha nobungoma. Ibhayibheli lichaza kahle ukuthi ubani ongamshada noma cha. Lokhu ukuthola kuLeviticus 18 vs 6-30. Over and above these, is the 5th commandment = to honour your father and mother. Any decision that does not honour them is unpleasing to God. So, kuyenzeka uma bethi nihlobene bengezwa uma uchaza, ukuthi ungashadi nalowo muntu. Kodwa okwesibongo akuyona indlela yokuyilandela uma uduma umendo. Sihlobene sonke. Izibongo zonke zaseAfrica zihlobene noZwane. Uma kuyisibongo ngempela oZwane bangasala bengashadi.

      Take for instance, Laurent Gbagbo. To convert from dialect yase West Africa, Gb = Mb, therefore = Mbambo, like Igbo = Imbo or eMbu. This is a former president of Ivory Coast. Interesting as we call Ivory izinyo leNdlovu. We are called ISilo seNdlovu noma amaVori noma Bori noma amaBhoyi noma Mbole noma Mbengo ozala uMbambo ozala uZwane. ONgwane bagcwele eIvory Coast nase Benin.

Leave a Reply to Nombulelo Cancel reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén