clan names 💙 clan history 💯

izithakazelo

Mgenge 😍 Izithakazelo

Izithakazelo zakwa-Mgenge

Maphahla,
Mlondo,
Dungandaba!


More information is available on our YouTube channel


Do u wish to support our work with a small donation?

Please see details below
Capitec
Account no. 1190435479
Name: Bongani Khumalo
or use cell no. connected to Capitec: 061 868 5163

ABSA:
Account no. 4079821128 - Cheque acc
Name: Bongani Khumalo
Branch code: 632005

Kubongwa okuncane kubongwa okukhulu.
Siyabonga

Previous

Mfusi 😍 Izithakazelo

Next

Mlondo 😍 Izithakazelo

5 Comments

  1. Lindani Mgenge

    Mgenge, Mlondo omnyama nonyawo lwakhe, Nodungandaba, Sothuli, Gabayi, Msunguli wegolo emahlahleni, wena owagengeleza abafelokazi nezintandane

    • Nondumiso

      Ngicabanga ukuthi kuthiwa, Mgenge owagengeleza umuzi weNkosi uDingiswayo. Bese sithi, Mlondo ngokulondoloza izintandane nabafelokazi.

  2. -Mgenge
    -Mlondo
    -Nongalo
    -Nodungandaba
    -Mankini
    -Maphahla
    -Dudwane owadudwa abafokazane
    -Mjanyelwa owajanyelwa zinkunzinkunzi
    -Mthiya owathiya ngenkomo abanye bethiya ngehlahla
    -Sophiya phaqa njengelanga

  3. Mhlambi ishiyana ukweluswa Nongalo

  4. ngsacela abanye abazaziyo izthakazelo zaka mgenge ke bazisho zonke ngendlela yakhona, cha lezi azphele nhlobo.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: