πŸ’›

izithakazelo

Mnguni Clan Izithakazelo & History

Izithakazelo zakwaMnguni

Qwabe,
Gumede,
Mnguni kaYeyeye,
Osidlabehlezi bakaKhondlo kaPhakathwayo,
Abathi bedla, babeyenga umuntu ngendaba
Abathi “dluya kubeyethwe”,
Kanti bahlinza imbuzi,
Bathi umlobokazi ubeyethe kayikhuni,
Sidika lolodaba,
Phakathwayo!
Wena kaMalandela,
Ngokulandel’ izinkomo zamadoda,
Amazala-nkosi lana!
Mpangazitha!

He fathered Malandela kaLuzumana, who would become the progenitor of the Zulu royal clan through his son Zulu.

πŸ” Search here πŸ”+ ADD CLAN NAMES🎬 Watch our videos

Previous

Mngomezulu Clan Izithakazelo & History

Next

Izithakazelo Mngwengwe Clan & History

5 Comments

  1. Ndabezitha kuyancomeka, mnguni

  2. ngiseteni ngesaka Jele shem

  3. Izinhlobo zokudla KwesiNtu noma kwesiZulu

  4. Ngithand'ukubonga mfowethu ngomsenzi omkhulu owenzayo. Nginescelo, sokuvezelwa izithakazelo zakwaNhlengethwa, ngiyabonga, ngingajabula kakhulu ma ngingasizakala.
    Obhalayo: Lizwilenkosi Mnguni.

  5. Ndabezitha!
    Angibonge kakhulu ngenomsebenzi wakho, muhle futhi uyancomeka Mageba.
    Ngicela nje mungakwazi Mageba, usivezele Izithakazelo zakwa-Vilakazi.
    Ng'yothokoza kakhulu.
    Kubhale: S'fiso Mnguni.

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Β© 2026