Izithakazelo zakwa-Mqadi
Mbuyisa,
Hlobose, Nobekela,
Sosingath’owasingath’ingwe nengonyama,
Nina enasuk’enhla nawela imfolozi emnyama nebomvu nithwel’imbewu ngophondo,
Jakaja!
Mbuyisa,
Hlobose, Nobekela,
Sosingath’owasingath’ingwe nengonyama,
Nina enasuk’enhla nawela imfolozi emnyama nebomvu nithwel’imbewu ngophondo,
Jakaja!
Β© 2026
Unknown
yithin'impela labo siyabonga.
Unknown
Nami ngiyazibongela kakhulu ngokwazi izithakazelo zami
Unknown
Yithi laboβ€
Unknown
Syabonga ngezithakazelo zako Mbuyisa
Unknown
Siyabonga kakhulu ngokusikhanyisela esibongweni sakwa-Mqadi.
Thank you.