Ndlovu Gatsheni boya benyathi busongwa busombuluko mphongo kazingelwayo nina bakwa Ndlovu zidla ngokweswela abelusi zase zeluswa intombi uDemezane ntombazane nina bakwa khumbula amagwala nina bakwa shlangu sihle mthiya ngokuthiya amadoda emazibukweni nina bakwa Mdubusi.
NDLOVU!!!!
Leave a Reply