Ndlovu Clan Izithakazelo & Umlando

Izithakazelo zakwa-Ndlovu

Gatsheni,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbul’amagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaS’hlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!

Ndlovu clan names, Ndlovu clan praises, izithakazelo zakwa Ndlovu, gatsheni clan names, gatsheni clan praises, Ndlovu boyabenyathi, Ndlovu clan history, Ndlovu clan


🔍 SEARCH 🔍+ ADD CLAN NAMES▶ UTube Channel

44 thoughts on “Ndlovu Clan Izithakazelo & Umlando”

  1. Mthombeni uzalwa yinkosi Musi ka Mhlanga kwa Ndebele ezalwa naba Fowabo Masombuka Skhosana Sbindi ngemva kokushona kuka yise behlukana uMthombeni washona ema ema pedin lapho wafika wazala indodana yakhe uGegane okuyimanje kunabo Kekane emapedin wafika wasezibiza ngo Ndlovu ngoba besebenzisa indlovu ekutabeni izingane zabo
    Indlovu zihlukene ningaxhubi umlandu bantu yeyi

    Reply
  2. Mthombeni uzalwa yinkosi Musi ka Mhlanga kwa Ndebele ezalwa naba Fowabo Masombuka Skhosana Sbindi ngemva kokushona kuka yise behlukana uMthombeni washona ema ema pedin lapho wafika wazala indodana yakhe uGegane okuyimanje kunabo Kekane emapedin wafika wasezibiza ngo Ndlovu ngoba besebenzisa indlovu ekutabeni izingane zabo
    Indlovu zihlukene ningaxhubi umlandu bantu yeyi

    Reply
  3. Mthombeni bukembu mthinthi wamahashi ntombi zithombela mlenzeni zinye zithombela mfuleni ndebele tebele ka musi kamhlanga gegane owagega ngemlwmbo phansi kwele ndubazi
    Mbizeli makhandane Mbokwane

    Reply

Leave a Comment