Izithakazelo zakwa-Ndlovu
Gatsheni,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbulโamagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaSโhlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!
Sthabisiwe
Ngicela isithakazelo sako Ndlovu gegani