Izithakazelo zakwa-Ndlovu
Gatsheni,
Boya benyathi, obusonga busombuluka,
Mpongo kaZingelwayo,
Nina bakwaNdlovuzidl’ekhaya, ngokweswel’abelusi,
Zaze zeluswa intombi uDemazane,
Nina bakwaKhumbulโamagwala,
Nina bakwaDemazane Ntombazana,
Nina bakwaSโhlangu sihle,
Mthiyane,
Ngokuthiy’amadoda emazibukweni,
Nina bakwaMdubusi!
Unknown
Sisonke Bhuty lapho.Ndlovu
Unknown
UNdlovu nguNdlovu nje bafowethu yithi abako Dimi noDemazane
mbuso
EZimbabwe kulo Gatsheni, Mthombeni and Gegane
Unknown
Akubona bonke oNdlovu oGatsheni …Khona nalaba bako Zimbabwe ,Swaziland…Lesotho nabakwaZulu.mina ngilona wakwaZulu uGatsheni uboya Benyathi
Unknown
ukuthi oNdlovu woMpongo ngabe lokho kusho ukuthi babe khonze isimame yini?