clan names πŸ’™ clan history πŸ’―

izithakazelo

Nene

Izithakazelo zakwa-Nene

Sthenjwa,
Vezi ,
Nqoyi, Mngadi,
Ngema,Madlokovu,
wena waseNgweni,
Ntusi yenkomo,
Goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala,
wena wasemfule,
Sithuli sasengweni esingasho lutho kumuntu,
Mathanga akahlangani ahlangana uma ebona umyeni,
Mashiya amahle ngathi azoshumayela,
Madlokovu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyanela!


More information is available on our YouTube channel


Previous

Ndwandwe

Next

Ngema

19 Comments

  1. Sthenjwa

  2. Amathanga awahlangani ahlangana uma ebona umnyeni?

  3. cha ngeke u Ngcobo ke amashiya amahle ngathi azoshumayela hhayi thina.

  4. Kushumayela awakwa Ngcobo.

  5. Kunjengoba ngisho ke.

  6. Haw amashiya amahle ngathi azoshumayela bengazi ukuthy syangena kaNene

  7. Ake silungise lapha:

    Amashiya akwaNgema…. Awashumayeli kepha wona "ngathi awenyamazane"

  8. Amashiya akwaNgema…. Awashumayeli kepha wona "ngathi awenyamazane"

  9. I like that one

  10. Mashiya amahle ngathi azoshumayela.

    Hawu nalokhu kuyangena kwaNene really?

  11. Ntusi yenkomo

  12. Ungabe usamqeda

  13. Mathanga akahlangani, ahlangana uma ebona umyeni

  14. Ezase' "SANGWENI" ?

  15. Awu dlokovu

  16. Bo Sthenjwa!!! Mushoooooooo

  17. Muji!!!

  18. Muji!!!

  19. musho!!!

Leave a Reply

Your email address will not be published. Required fields are marked *

Powered by WordPress & Theme by Anders Norén

error: