Izithakazelo zakwa-Nene
Sthenjwa,
Vezi ,
Nqoyi, Mngadi,
Ngema,Madlokovu,
wena waseNgweni,
Ntusi yenkomo,
Goda elimnyama elihamba libahila amanqina namaqakala,
wena wasemfule,
Sithuli sasengweni esingasho lutho kumuntu,
Mathanga akahlangani ahlangana uma ebona umyeni,
Mashiya amahle ngathi azoshumayela,
Madlokovu kangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyanela!
π SEARCH π+ ADD CLAN NAMESβΆ UTube Channel
Kunjengoba ngisho ke.
Haw amashiya amahle ngathi azoshumayela bengazi ukuthy syangena kaNene
Ake silungise lapha:
Amashiya akwaNgema…. Awashumayeli kepha wona "ngathi awenyamazane"