Ngabe uNyathi ungumZulu noma ungumXhosa?

Abantu bakwaNyathi batholakala eZimbabwe naseNingizimu Afrika. Kukhona ababuye babizwe ngokuthi ngamaNare abangabeSuthu-Tswana kanye nabangabaNguni (Zulu & Xhosa). Badabuka kwabeSuthu-Tswana besuka kwaBakgatla.