Ngicela umlando nezithakazelo zakwaGabela

Umlando nezithakazelo zakwa Gabela

More about Ngicela Nezithakazelo Gabela

Educational videos


πŸ” SEARCH πŸ”+ ADD CLAN NAMESβ–Ά UTube Channel

2 thoughts on “Ngicela umlando nezithakazelo zakwaGabela”

  1. Izithakazelo zakwa-Gabela

    Mkhondo,
    Mpangazitha,
    Mahlasela,
    Vezi kanoNene,
    Uvezi akangakanani ngoba nasentendeni yesandla uyenela,
    Zikhundl`ezimbili, esokulala nesokuthamela,
    Nina bakonkomo zeza nomungu njengamabele,
    Maqomboli kakhohlwa zindlela abadala zibakhohliwe,
    Wena wakasilengela ntabeni engakhe ntabeni,
    Nsele kaLinda mkhonto!

    Reply
    • Ngcela umlando wakwa Gabela

      Reply

Leave a Comment